Simakade, ngiphephela kuwe, mangingajabhiswa naphakade, ngikhulule ngokulunga kwakho. Indlebe yakho ibeke kimi, ungikhulule ngokushesha. Yiba yidwala lokuphephela kimi, inqaba eqinileyo engikhosela kuyo. Impela Wena uyidwala lami nenqaba yami; ngenxa yegama lakho uyangihola, ungiqondise. Ngikhiphe ogibeni abangicuphe ngalo, ngokuba Wena uyisiphephelo sami.
Funda AMahubo 31
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 31:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo