Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba wena Jehova; ungangijabhisi; ngisindise ngokulunga kwakho. Khothamelani kimi; ngisindise masinyane; ube yidwala lami eliqinile, indlu yenqaba yokungisindisa. Ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami; ngalokho ngiqondise ngenxa yegama lakho, ungiqondise. Ngikhiphe enetheni abangibekele lona ngasese, ngokuba wena ungamandla ami.
Funda Amahubo 31
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 31:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo