Isinqumo Esikhulu Kunazo Zonke Empilweni Yakho!Isampula

Isinqumo Esikhulu Kunazo Zonke Empilweni Yakho!

USUKU 6 KWEZINGU- 6

“Esingakucabanga Sesivala”


Uma ungakaze wamkele uJesu Kristu empilweni yakho, noma wake wamamkela, kodwa awusaphili naYe, ungazinikela kuYe kabusha NAMHLANJE ngokusho umkhuleko olula ngenhliziyo ezinikele. Lowomkhuleko ungaba nje, 


“Nkosi Jesu, ngiyazi ukuthi ngiyisoni, futhi nguwe wedwa ongangephula esijezweni sesono. Ngiyakucela ukuthi ungene empilweni yami ungihlanze ezonweni zami. Ngisize ukuthi ngikuphilele ezindaweni zonke zempilo yami, zonke izinsuku zokuphila kwami. Ngiyabonga ngokungena empilweni yami nokungikhulula!”


Uma uthandaze lomthandazo ngaqiniso, ukholwa ukuthi uJesu uzokwenza athe uzokwenza, usuwamkele insindiso, washintha ikusasa lakho laphakade naYe kuze kube phakade!


Uma wenze izinqumo ukulandela uKristu, singathanda ukwazi ngakho, yikhona sizokuthumelela imininingwane kwi-Bible App engakusiza ohambweni lwakho osulukhethile. Sicela uchofoze i-link ngezansi:


NGIKHETHE UKULANDELA UJESU!  

Usuku 5

Mayelana naloluHlelo

Isinqumo Esikhulu Kunazo Zonke Empilweni Yakho!

Izinqumo eziningi empilweni zibalulekile. Kodwa-ke, yinye kuphela ebaluleke kakhulu. Uma ufuna umhlahlandlela olula wokuqonda okujulile kwalesi sinqumo esiyingqayizivele - isipho samahhala sikaNkulunkulu sensindiso - uqala lapha. Ithathwe encwadini, “Kuleli Zwe; Umhlahlandlela WamaKristu Wokukhula Ngenhloso ”nguDavid J. Swandt.

More

Singathanda ukubonga u Twenty20 Faith, Inc. ngokunikeza ngale plan. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://twenty20faith.org/yvdevtmp